Ukubaluleka kobuchwepheshe esikhathini samanje benza impilo ibelula, isibonelo kudala othisha babebhala amanothi ebhodini izingane zikopishele kuma excercise izikole eziningi manje ziningikwa ama notes aprintile ngama printer ezikoleni, lokho kuhlenga ama hora amaningi okubhala, lesosikhathi singasetshenziselwa ukufunda. Ubuchwepheshe benza impilo ibelula, uyakwazi ukuxoxa nomuntu umbone ebusweni bakhe usebenzisa uwhatsapp. kudala ubuchwepheshe bungakabi khona wawuposa incwadi eposini, ihambe inyanga yonke, ulindele impendulo.
Ngokuchwepheshe bamanje uyakwazi ukubona izinto ezingakenzeki bese uyazilungiselelela. isibonelo sihlale sibona isibikezelo sezulu kumabonakude, bayasitshela ukuthi isimo sezulu sizobanjani kusasa kuze kuphele iviki, lokho kwenz ukuthi sizilungiselele uma kuza izimvula ezinzima noma isimo sezulu sizoba zimbi. With our new technology we can predict the fure and see things before they occure. Another example of a woman before giving birth. Umuntu wesifazane uyakwazi ukubona usana esiswini, odokotela bamsize uma ingane ingekho esimnweni, ubuchwepheshe bonke lobo bokubona into ingakenzeki.
ukubaluleka kwezobuchwepheshe esikhathini samanje inkulumo elungiselelwe kwenza izinto zenzeke ngokushesha , isibonelo: kudala wawuthumela incwadi ezihlotsheni nakubangani, incwadi yayihamba nge post office, ithathe izinsuku. Kumanje ukukhuluma nezihlobo uvele uthumele whatsapp noma ungene ku facebook uthumele umlayezo noma uthathe umakhalekhukhwini wenze ucingo (call with your cellphone)
Ubuchwepheshe esikhathini samanje benza imikhiqizo ithembakale ingabi nezinkinga. Imikhiqizo eminingi efana nezimoto zenziwa ngama robhotics asebenzisa ukuchwepheshe, lamarobot, enza konke ukufaka amasondo emotini, ukupenda imoto, abasebenzi bona okwabo ukwenza izinto ezincane emotini. lamarobots akwazi nokuhlola umkhiqizo, isibonelo,uma kwakhiwa amajazi omkhwenyana lamajazi afakwa emishinini ewasholayo ukuthi awanazo yini izimbobo.
Kubaluleke ngani ubuchwepheshe esikhathini samanje, ubuchwepheshe budlala indima enkulu ezimpileni zethu mihla namalanga ukube abukho ngabe asikho la itiye ulenza ngani usimente omise indlu yakini wenziwe yin iayina yona istofu ngabe sisavuka ngovivi kusempondo zankomo sibeke amaNZ emlilwen kodwa izinto zilula manj ukube imonto ayikho ngabe sihamba ngezinyawo yo ungadabula usuka la ukhona uye e Capetown ngey nyawo so ubuthwepheshe buyakhula kancane kancane amafoni leptop phone sixhumana ezindaweni ezikude nezihlobo zethu sisizwa yibo ubuthwephesh isizungu sisi chicha nge tv kahlekahl ubuthwepheshe buyayi dlula indima empilwen zathu kuningi engakusho ngobu chwepheshe
ukukhula kobuchwepheshe kunciphisa imisebenzi eyenziwa ngendlela eyodwa, isibonelo: izinkampani azisabadingi abantu ababheka abafikayo ukuthi bangobani, umuntu ufaka ikhandi embotsheni esangweni isango lizivulekele. Okusho ukuthi unogada obheka abangenayo usephelwa ngumsebenzi. Kodwa uma ephelelwa ngumsebenzi, inkampani ekuyiyo eyenza amacard, namasango azivulekelayo izovula imisebenzi. Okushuthi ukufika kobuchwepheshe kuqeda olunye uhlobo lomsebenzi kube kuvula olunye uhlobo lwemisebenzi. Akuyona yonke imisebenzi ephelayo ngenxa yokuchwepheshe.
Amarobot ewodwa ayakwazi ukulawula izimoto zizihambele, ngokuthula, abashayeli kumele baqaphele wona ukuthi athini. Kungabanzima ukuthi wonke amakhona omgaqo kube namaphoyisa ahambisa izimoto, kungahlale kune traffic ngoba amarobot enziwe ngendlela yokuthi azazi ukuthi athatha isikhathi esingakanani ukuvula, naleli elilandelayo lizovula ngendlela yokuthi itraffic izongabi khona kuleyondawo. izimoto zesimanje ziyakutshela uma kunemoto eseceleni kwakho ukuze ungajikeli kuyona uyishayise, uma paka ziyakutshela ukuthi imoto iseduze nodonga noma nenye imoto konke lokho kwenza siphephe.
Ukubaluleka kwezobuchwepheshe esikhathini samanje speech inkulumo emayelana nokubaluleka kwezinto eziwubuchule ezenza impilo yethu ibe lula. Kuningi okungabalwa lana siphila esikhathini sobuchwepheshe.
Uma kukhona isihloko se essay osidingayo ongasitholi sicela wenze icomment lapha ngezansi sizozama okusemandleni ukukusiza
| Comments | |
| Ngabe unayo imibuzo? or ama comments ngale article engenhla? | |
| |
Umuthi wokuphasa wokuhlakanipha esikoleni
Grade 12 Matric whatsapp groups